Listen

Description

Isaya 40:6-8 - Izwi liyakhuluma lithi: “Memeza!” Ngathi: “Ngiyakumemezani na?” Inyama yonke ingutshani, bonke ubuhle bayo bunjengembali yasendle. Utshani buyabuna, imbali iyavuthuluka, ngokuba umoya kaJehova uyaphephetha kukho. Impela abantu bangutshani. Utshani buyabuna, imbali iyavuthuluka, kepha izwi likaNkulunkulu wethu limi kuze kube phakade.

Send us a text