Look for any podcast host, guest or anyone
Showing episodes and shows of

Christianityworks NPC

Shows

Izwi eliFreshIzwi eliFreshUkunqoba IzithiyoKwabaseRoma  8:35-37 - Ngubani ozakusahlukanisa nothando lukaKristu na? Noma ukuhlupheka, noma ukubandezeka, noma ukuzingelwa,noma indlala, noma ukuhamba ze, noma ingozi, noma inkemba, na?  Kulotshiwe ukuthi: “Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke, sithiwa izimvu zokuhlatshwa.”  Kepha kukho konke lokho siyanqoba  nokunqoba ngowasithandayo. Send us a text2024-06-1903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkholo Olunqobayo1 EkaJohane  5:3-5 - Ngokuba ukuthanda uNkulunkulu yilokhu ukuba sigcine imiyalo yakhe; nemiyalo yakhe ayinzima,  ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe; lokhu kuyinqobo enqobe izwe: ukukholwa kwethu.  Ngubani onqoba izwe, uma kungesiye okholwa ukuthi uJesu uyiNdodana kaNkulunkulu na? Send us a text2024-06-1802 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkholo OlusindisayoKwabaseFesu  2:8-9  - Ngokuba ngomusa nisindisiwe ngokukholwa; nalokhu akuveli kini,kuyisipho sikaNkulunkulu; akuveli ngemisebenzi, ukuze kungabikho ozibongayo. Send us a text2024-06-1703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIndlela Entsha YokucabangaKwabaseRoma  12:2 - Ningalingisi lelizwe kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa  ibe ntsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlosisa okuyintando kaNkulunkulu, okuhle nokuthandekayo nokupheleleyo. Send us a text2024-06-1402 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshImicabango ElawulanayoIzaga  9:10 - Ukuqala kokuhlakanipha kungukumesaba uJehova, nokumazi oNgcwele kungukuqonda. Send us a text2024-06-1303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshMasekuyisikhathi SokwenzaJoshuwa 1:10,11 - UJoshuwa wayeseyala izinduna zabantu ethi: “Dabulani phakathi kwekamu niyale abantu nithi: “Zilungiseleni umphako ngokuba emva kwezinsuku ezintathu niyakuwela leli Jordani, ningene ukuba nilidle izwe uJehova uNkulunkulu wenu anininika lona ukuba nilizuze. Send us a text2024-06-1203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIndlela Yokunqoba UkuntengaJoshuwa 1:9 - Angikuyalile na? Qina ume isibindi, ungesabi, ungabi naluvalo ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho unawe nomaphi lapho uya khona . Send us a text2024-06-1103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshMore Phezu KongakucabangaKwabaseFesu  3:20,21 -  Kepha Yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi. Makube kuYe udumo ebandleni nakuKhrestu Jesu ezizukulwaneni zonke zaphakade naphakade amen. Send us a text2024-06-1003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshMangase Kuthiwe Nje …Isaya 48:17,18 - Usho kanje uJehova uMhlengi wakho oNgcwele ka-Israel uthi : “NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo .okuholile ngendlela omelwe ukuhamba ngayo.Sengathi ulalele imiyalo yami ! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula ,nokulunga kwakho njengamaza olwandle .” Send us a text2024-06-0702 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshGuqa ENkosiniKwabaseFiliphi  2:10,11 - Ukuze kuthi ngegama likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba,  nezilimi zonke zivume ngokuthi UJESU KRISTU UYINKOSI, kube yinkazimulo kuNkulunkulu uYise. Send us a text2024-06-0603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngakukhohlwa uKwenza Uku …Ihubo 96:1-4 - Hlabelelani kuJehova iHubo elisha ,nihlabelele kuJehova mhlaba wonke. Hlabelelani kuJehova nibonge igama laKhe ,nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla. Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.Ngokuba mkhulu uJehova udumisekile kakhulu; uyesabeka phezu kwabo bonke onkulunkulu . Send us a text2024-06-0503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngathembela KuyeIhubo  37:5-9 - Nikela indlela yakho esandleni sikaJehova umethembe ,yena uzakukwenza .Uzakuhlaukisa ukulunga kwakho  njengokukhanya nokufanele wena njengemini .Thula phambi kukaJehova ulindle Yena ;ungakhathazeki ngonenhlanhla endleleni yakhe, ngomuntu osongoza amacebo amabi. Pheza ukuthukuthela ,yeka  ulaka ungakhathazeki; kubanga ukona nje. Ngokuba ababi bazakuchithwa ,kepha abalindela uJehova bazakudla ifa lomhlaba . Send us a text2024-06-0402 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshEnyathela Kancane Ngesikhathi EhambaAmahubo  37:1-4 - Ungazikhathazi ngababi,ungabi namhawu ngabenza  okungalunguile.Ngokuba bayakusikwa masinyane njengotshani babune njengemithana eluhlaza .Themba kuJehova wenze okulungileyo ,hlala ezweni uzondle ngokukholeka ;zithokozise ngoJehova yikhona ezokunika  okufiswa yinhliziyo yakho . Send us a text2024-06-0302 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIzindaba Ezinhle EzithokozisayoKwabaseRoma  8:3,4 Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa yenyama, wakwenza uNkulunkulu ngokuthuma iNdodana yakhe ifana nenyama yesono, nangenxa yesono walahla isono enyameni, ukuze umyalo womthetho ugcwaliseke kithina esingahambi ngokwenyama kepha ngokukaMoya. Send us a text2024-05-3102 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUthando AlulahlekileNgokukaMathewu  27:27-31 - Khona amabutho ombusi ayesemthatha uJesu, amngenisa enqabeni, aqoqela kuye ibutho lonke.  Amhlubula, amembathisa ingubo ebomvu,  aluka umqhele wameva, awufaka ekhanda lakhe, nomhlanga esandleni sakhe sokunene, aguqa ngamadolo phambi kwakhe, ambhinqa athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Amkhafulela ngamathe, athatha umhlanga, amshaya ekhanda lakhe. Esembhinqile amhlubula ingubo, amembathisa izingubo zakhe, amuka naye ukuyombethela esiphambanweni. Send us a text2024-05-3003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshLakhona Ukuphepha Kukuncane1 KwabaseKhorinte 15:30-32 - Futhi sizifakelani thina engozini imizuzu yonke na? Bazalwane, ngiyaqinisa ngokubongwa enginakho ngenxa yenu kuKristu Jesu iNkosi yethu, ngiyafa mihla yonke. Uma ngalwa nezilo e-Efesu ngokwabantu, nginanzuzoni? Uma abafileyo bengavuki, masidle, siphuze, ngokuba ngomuso sizakufa. Send us a text2024-05-2902 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngakhubekiKwabaseGalathiya  6:2,3 - Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu. Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa. Send us a text2024-05-2803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshINgcazo Kanye Yobuzenzisi1 EkaJohane  4:19-21  - Thina siyathanda, ngokuba yena wasithanda kuqala.  Umaumuntu esho ukuthi: “Ngiyamthanda uNkulunkulu,” kepha ezonda umzalwane wakhe,ungumqambimanga; ngokuba ongathandi umzalwane wakhe ambonileyo angemthande uNkulunkulu angambonanga. Send us a text2024-05-2702 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshYintoni Ngqo UNkulunkulu Ayifuna KuweAmose 5:21-24 - ”Ngiyayizonda ngiyayidelela imikhosi yenu,angenameli imihlangano yenu. Noma ninikela kimi ngeminikelo yenu yokushiswa  kanye neminikelo yenu yempuphu angiyenameli futhi angibheki iminikelo yenu  futhi angibheki iminikelo yenu yokubonga yamathole akhuluphalisiweyo. Susa kimi imisindo yezihlabelelo zakho, angiyikuzwa imvunge yezigubhu zakho. Kepha ukwahlulela makugobhoze njengamanzi, nokulunga njengomfula onganqamukiyo. Send us a text2024-05-2403 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshNala Usumdala Khona …Amahubo  92:12-15 - Olungileyo uyakhula njengesundu ,uyahluma njengomsedari eLebhanoni. Batshaliwe endlini kaJehova ,bamila emagcekeni kaNkulunkulu wethu. Nasebudaleni bayakuthela izithelo ,bahlume  babe luhlaza, ukuze bashumayele ukuthi uJehova ulungile; uyidwala lami okungekho kuye ukungalungi. Send us a text2024-05-2303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshOkusemqoka UkukukhumbulaAmahubo  16:7,8 - Ngiyakumbonga uJehova ongilulekayo;nasebusuku izinso zami ziyangiyala .Ngimbeke njalo uJehova phambi kwami ,ngokuba ungakwesokunene sami angiyikuzanyazanyiswa. Send us a text2024-05-2203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshNgokunganakiweKuThithu  1:8 - Kepha ophatha kahle izihambi, othanda okuhle, oqondileyo, olungileyo, ongcwele, ozithibayo. Send us a text2024-05-2103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkwehla Kahle KwebhanoyiIsambulo  5:8 - Kuthe seliyithabathile incwadi, izidalwa ezine namalunga angamashumi amabili nane awa phansi phambi kweWundlu, kuyilelo nalelo linehabhu nezitsha zegolide zigcwele impepho eyimikhuleko yabangcwele. Send us a text2024-05-2003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshZenze Ube Msulwa2 KwabaseKhorinte  7:1 -  Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa, masizihlambulule ekungcoleni konke kwenyama nokomoya,siphelelise ubungcwele ngokumesaba uNkulunkulu. Send us a text2024-05-1703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshLa khona Abangani BeqhelaIzaga  19:4 - Imfuyo iyanezela abangani abaningi ,kepha ompofu uyakushiwa ngumngane wakhe. Send us a text2024-05-1603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshYiphutha Likabani Leli ?Izaga  19:3 - Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova Send us a text2024-05-1503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngamnika Kanjani Iqholo uNkulunkulu1 KwabaseKhorinte  6:19,20 - Kepha anazi yini ukuthi umzimba wenu uyithempeli likaMoya oNgcwele okinina, enimamukele kuNkulunkulu, nokuthi anisibo abenu na?  Ngokuba nathengwa ngenani elikhulu. Ngakho-ke mbongeni uNkulunkulu emzimbeni wenu. Send us a text2024-05-1402 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUnoxhaka WengceboDutheronomi  8:17,18 - Uze uthi enhliziyweni yakho: ‘Amandla ami nezikhwepha zesandla sami kunginike le mfuyo.’ 18Kepha womkhumbula uJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba nguyena okupha amandla okuzuza Send us a text2024-05-1302 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshGxoba Endleleni EnhleIzaga 12:28 - Endleleni yokulunga kukhona ukuphila ,nalapho umkhondo wakho udlula khona akukho ukufa. Send us a text2024-05-1003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIVangeli Lokungqubuzana ?Izaga 12:27 - Isidenge asiyosi inyamazane yaso,kepha imfuyo enqabileyo ingeyokhutheleyo. Send us a text2024-05-0903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshNgomusa KaNkulunkulu2 KwabaseKhorinte  5:21 - Ongasazanga isono wamenza isono ngenxa yethu, ukuze kuyena senziwe sibe ngukulunga kukaNkulunkulu.Send us a text2024-05-0803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshGijima UmjahoKuMaHebheru  12:1 - Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo.Send us a text2024-05-0703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUbubi ObungaphakathiKwabaseGalathiya 2:20 - Akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami. Send us a text2024-05-0603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngaphonsi AmatsheNgokukaJohane  8:7,10,11 - Wathi besambuza njalo, walulama, wathi kubo: “Ongenasono phakathi kwenu kaqale amphonse ngetshe.” UJesu wayeselulama; engaboni muntu ngaphandle kowesifazane wathi kuye: “Sifazane, baphi labo bamangaleli bakho na? Akakho okulahlayo na?” Wayesethi: “Akakho, Nkosi.” Wathi-ke uJesu kuye: “Nami angikulahli; hamba, ungabe usona.” Send us a text2024-05-0303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshOngaboni Ohola OngaboniNgokukaLukha  6:39,40 - Wabatshela nomfanekiso wokuthi: “Impumputhe ingahola impumputhe na? Aziyikukhalakathela emgodini zombili na?  Umfundi kaphezu komfundisi; kepha yilowo ophelelisiwe uyakuba njengomfundisi wakhe. Send us a text2024-05-0203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkuphana OkukhiphayoNgokukaLukha  6:38 - Yiphani, khona niyakuphiwa; bayakunipha esifubeni senu isilinganiso esihle, esigxushiweyo, esigqishiweyo, esichichimayo; ngokuba ngesilinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.” Send us a text2024-05-0103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIsijeziso OsikhiphayoNgokukaLukha  6:37 - “Ningahluleli, khona anisoze nahlulelwa; ningalahli, khona anisoze nalahlwa; thethelelani, khona niyakuthethelelwa. Send us a text2024-04-3003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUmuntu Onobubele Ukwedlula Bonke EndliniNgokukaLukha  6:35,36 - Kepha thandani izitha zenu, nenze okuhle, nitsheleke, ningadikibali; nomvuzo wenu uyakuba mkhulu, nibe ngabantwana boPhezukonke, ngokuba umnene yena kwabangabongiyo nababi. Yibani nesihawu, njengokuba uYihlo enesihawu. Send us a text2024-04-2902 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngamangaliNgokukaJohane  5:28,29 - “Ningamangali ngalokho, ngokuba isikhathi siyeza, lapho bonke abasemathuneni beyakulizwa izwi layo, abenze ukulunga baphumele ekuvukeni kokuphila,abenze okubi ekuvukeni kokulahlwa. Send us a text2024-04-2603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkungangabazeki KwensindisoNgokukaJohane  5:24 - “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwengongithumileyo, unokuphila okuphakade; akayi ekwahlulelweni, kepha usephumile ekufeni, wangena ekuphileni.Send us a text2024-04-2503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshAmandla EmpiloNgokukaJohane  5:20,21 Ngokuba uYise uyayithanda iNdodana, uyikhombisa konke akwenzayo yena; woyikhombisa imisebenzi emikhulu kunalena ukuba nimangale.  Ngokuba njengalokhu uYise evusa abafileyo, abaphilise, kanjalo neNdodana iyabaphilisa labo ethanda ukubaphilisa. Send us a text2024-04-2402 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngenza Kanjani UkungehlulekiNgokukaJohane 5:19 - Khona uJesu waphendula, wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: INdodana ingenze lutho ngokwayo, kuphela lokho ebona uYise ekwenza, ngokuba lokho akwenzayo yena, neNdodana iyakwenza kanjalo. Send us a text2024-04-2303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIzingozi ZenkoloNgokukaJohane  5:16-18 - Ngenxa yalokho abaJuda bamzingela uJesu, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha. Kepha wabaphendula wathi: “UBaba usebenza kuze kube manje, nami ngiyasebenza.” Ngalokho-ke abaJuda kwayikhona befuna kakhulu ukumbulala, ngokuba wayengaphulile isabatha kuphela, kodwa wabuye wathi uNkulunkulu unguYise, ezenza olingana noNkulunkulu. Send us a text2024-04-2203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshMhla Unecala LokulimazaDutheronomi  22:8 - Nxa wakha indlu entsha uyakwenza uthango ophahlenii lwakho, ukuba ungayihliseli indlu yakho igazi uma umuntu ewa khona. Send us a text2024-04-1903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshHloboluni Lukamakhelwane Oyilo?Dutheronomi  22:1,2-  Awuyikubona inkabi  yomfowenu noma imvu yakhe iduka, ucashe kuzo, wozibuyisela nokuzibuyisela kumfowenu. Uma umfowenu engeseduze nawe noma ungamazi, woziyisa endlini yakho zibe nawe, aze azifune umfowenu, uzibuyisele kuye. Send us a text2024-04-1802 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIsikhathi SikaNkulunkulu Sishay KhonaHabakuki  2:3 - Ngokuba umbono usengowesikhathi esimisiweyo uphuthuma ekupheleni, awuyikukhohlisa noma ulibala, wulindele, ngokuba uyakufika nokufika,awuyikwephuza. Send us a text2024-04-1702 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIskemu Esikhulu Kunazo Zonke EmhlabeniNgokukaJohane  8:44 Nina ningabakayihlo uSathane, nithanda ukwenza izinkanuko zikayihlo. Yena wayengumbulali wabantu kwasekuqaleni, akemi eqinisweni, ngokuba iqiniso lingekho kuye. Nxa ekhuluma amanga, ukhuluma okungokwakhe, lokhu engumqambimanga noyise wawo. Send us a text2024-04-1603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshAmandla Othando AsobalaKwabaseRoma  13:8-10 Ningabi nacala lani nakubani, kuphela elokuthandana; ngokuba othanda omunye uwugcwalisile umthetho. Ngokuba lokhu ukuthi: “Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafisi,” noma ukhona omunye umyalelo, kuyahlanganiswa kuleli zwi elithi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.”  Uthando alwenzi okubi kumakhelwane; ngakho-ke uthando lungukugcwaliseka komthetho. Send us a text2024-04-1503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshNgakube Usazama Ukuhlabekisa ?KwabaseKolose  3:23 - Konke enikwenzayo kwenzeni ngenhliziyo, kungathi kwenzelwa iNkosi, qha abantu Send us a text2024-04-1203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshImpakamo YobuSathaneNgokukaLukha  4:5-7 - Esemenyusela entabeni ende wambonisa imibuso yonke yezwe ngomzuzwanyana. USathane wathi kuye: “Amandla onke lana ngokunika wena kanye nenkazimulo yawo, ngokuba inikwe mina, futhingiyinika noma ubani ngokuthanda kwami.  Ngakho-ke wena, uma ukhuleka phambi kwami, konke kuzakuba ngokwakho.” Send us a text2024-04-1102 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshImpakamo IyadilizanaKwabaseFiliphi  2:3,4 -  Ningenzi lutho ngombango nangodumo lwezwe; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani, yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye. Send us a text2024-04-1002 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshAmandla OmbuzoNgokukaMathewu  19:16-18 - Bheka-ke, kwasondela kuye othile, wathi: “Mfundisi, ngiyakwenzantoni enhle ukuba ngibe nokuphila okuphakade na?”  Wathi kuye: “Ungibuzelani ngokuhle na? Munye ongomuhle. Kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalelo.”  athi kuye: “Miphi na?” Send us a text2024-04-0903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshNgakube uNkulunkulu Usasijezisa ?Isambulo  3:19,20 - “Bonke engibathandayo ngiyabasola, ngibalaye; ngakho-ke shisekela uphenduke. Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango,ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami Send us a text2024-04-0803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshLabo Abahambe Phambi Kwethu2 KuThimothewu  1:5,6 - Ngikhunjuzwe ukukholwa okungenakuzenzisa okukuwe, okwahlala kuqala kunyokokhulu uLowisi nakunyoko uYunisi, yebo, ngiyethemba, nakuwena. Ngaleso sizathu ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikhona kuwe ngokubeka izandla zami. Send us a text2024-04-0503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkukhanya Okukhanya Enhliziyweni YakhoAmahubo  119:30 - Ngikhethile indlela yeqiniso; izahlulelo zakho ngizibekile phambi kwami Send us a text2024-04-0402 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshsiqaqile Isipho ?Izenzo  2:38,39 - UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele. Ngokuba isithembiso ngesenu nesabantwana benu, esabo bonke abakude, bonke iNkosi uNkulunkulu wethu eyakubabiza.Send us a text2024-04-0302 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshKunamandla AkulesosethembisoIzenzo  1:8 - kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.” Send us a text2024-04-0203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshKhumbula IsethembisoNgokukaJohane  14:26 - Kepha uMduduzi, uMoya oNgcwele, uBaba ayakumthumela egameni lami uyakunifundisa konke, anikhumbuze konke enginitshele khona.Send us a text2024-04-0103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshWakwenzela Wena1 EkaPhethru  3:18 - Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeniSend us a text2024-03-2903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIsethembiso EsikhuluNgokukaJohane  14:12 - Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza, nemikhulu kunale uyakuyenza; ngokuba mina ngiya kuBaba. Send us a text2024-03-2803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshKodwa Wase …UkhubekaNgokukaJohane 18:25-27 - Kepha uSimoni Petru wayemi otha. Bathi-ke kuye: “Imbala nawe awusiye owabafundi bakhe na?” Waphika yena, wathi: “Angisiye.” Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo salowo ondlebe yaso uPetru abeyinqumile, yathi: “Angikubonanga yini mina ensimini unaye na?” Wabuye waphika uPetru; masinyane lakhala iqhude. Send us a text2024-03-2702 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshPhezu Kokusopha Kwakho OkuhleNgokukaJohane  13:36-38 - USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na?” UJesu waphendula wathi: “Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela kamuva.” Wathi kuye uPetru: “Nkosi, ngingekulandele kalokhu ngani na? Ngizakudela ukuphila kwami ngenxa yakho.” UJesu waphendula wathi: “Uzakudela ukuphila kwakho ngenxa yami na? Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Iqhude alizukukhala, ungakangiphiki kathathu.” Send us a text2024-03-2603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUmuzwa Wecala OnganyakazisekiKwabaseRoma  3:23,24 - ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu; balungisisiwe ngesihle ngomusa wakhe ngokuhlengwa okukuKristu JesuSend us a text2024-03-2503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIncazo Ngqo YokwahlulekaNgokukaLukha  12:20,21 -  “Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Wena siwula, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe; pho-ke, izinto ozilungisileyo ziyakuba ngezikabani na?’“Kunjalo kozibekelela ingcebo enganothile kuNkulunkulu.” Send us a text2024-03-2203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUhlelo LwakusasaNgokukaLukha  12:16-19 - Wabalandisa umfanekiso, wathi: “Izwe lomuntu othile onothileyo lathela kahle. Wazindla phakathi kwakhe, wathi: ‘Ngizakwenzani, lokhu ngingenandawo engingabuthela kuyo ukudla kwami, na?’“Wayesethi: ‘Ngizakwenza lokhu: ngizakudiliza izinqolobane zami, ngakhe ezinkulu, ngibuthele khona ukudla kwami konke nempahla yami. Bese ngithi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, unempahla eningi ebekelelwe iminyaka emmingi; phumula, udle, uphuze, ujabule.’ Send us a text2024-03-2103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshOkungasizi Ngalutho SanhloboNgokukaLukha  9:25,26 - Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuzile izwe lonke, yena uqobo alahleke nokuba alimale, na? Ngokuba yilowo nalowo onezinhloni ngami nangamazwi ami ngaye lo iNdodana yomuntu iyakuba nezinhloni, lapho iza ngenkazimulo yayo nekaYise neyezingelosi ezingcwele. Send us a text2024-03-2003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIzinto UJesu Angazange Alokothe AzishoNgokukaLukha  9:23,24 - Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa. Send us a text2024-03-1902 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkubuka Ukholo Lwakho2 KwabaseKhorinte  3:17,18 - INkosi inguye uMoya; kepha lapho uMoya weNkosi ekhona, kukhona inkululeko. Kepha thina sonke esibuka ngobuso obambuliwe inkazimulo yeNkosi njengasesibukweni siyaguqulwa, sibe njengalowo mfanekiso ngokuya enkazimulweni, njengalokhu kumi ngeNkosi enguMoya. Send us a text2024-03-1803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkuneliseka Komphefumulo WakhoAmahubo  63:5-8 - Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo, Nxa ngikukhumbula ecansini lami, ngizindla ngawe emilindweni yasebusuku. Ngokuba ungisizile; ngiyakwethaba ethunzini lamaphiko akho. Umphefumulo wami ubambelele kuwe; esokunene sakho siyangiphasa. Send us a text2024-03-1503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshLindela Izinto EzinkuluAmahubo  126:1-6 - Lapho uJehova abuyisa ukuthunjwa kweSiyoni, sasinjengabaphuphayo. Umlomo wethu wawusugcwala ukuhleka nolimi lwethu ukuhuba; bathi phakathi kwabezizwe: UJehova ubenzele izinto ezinkulu. UJehova usenzele izinto ezinkulu, sajabula. Buyisa, Jehova, ukuthunjwa kwethu njengemifula yaseningizimu.Abahlwanyela ngezinyembezi bayakuvuna ngokuthokoza. Ohamba ekhala izinyembezi, ephethe imbewu yokuhlwanyela, uyakubuya ngokuthokoza, ephethe izinyanda zakhe. Send us a text2024-03-1403 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngasifihli IsiphambanoIzenzo 4:11,12 - Yena uyitshe eladelelwa yinina bakhi, eselaba yinhloko yegumbi.  “Ayikho insindiso ngomunye, ngokuba alikho futhi elinye igama phansi kwezulu elinikiwe ebantwini, esimelwe ukusindiswa ngalo.” Send us a text2024-03-1303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUthando Alusoze Lwaphela1 KwabaseKhorinte  13:8,13 - Uthando alusoze lwaphela; kepha nokuba kukhona ukuprofetha, kuyakukhawuka; nokuba kuyizilimi, ziyakunqamuka; nokuba kungukwazi, kuyakukhawuka. Manje-ke kumi ukukholwa, nokwethemba, nothando, lokho kokuthathu; kepha okukhulu kulokho luthando.Send us a text2024-03-1203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUMusa Omangazayo NgokukhuluNgokukaJohane  1:16 - Ngokuba ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa. Send us a text2024-03-1103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshMlindele ,MhlaleleIsaya  30:18 - Ngalokho uJehova uyakulindela ukuba abe nomusa kini; nangalokhu uyakuphakama ukuba abe nesihe kini, ngokuba uJehova unguNkulunkulu wokwahlulela; babusisiwe bonke abamhlalelayo. Send us a text2024-03-0803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngaba Namandli KanjaniIsaya  30:15-17 - Ngokuba yasho njalo iNkosi uJehova, oNgcwele ka-Israyeli, yathi: “Niyakusindiswa ngokuphenduka nangokuphumula, amandla enu abe ngukuthula nangokwethemba; kepha anithandanga.  Kodwa nasho nathi: ‘Qha, siyakubaleka ngamahhashi,’ ngalokho niyakubaleka: ‘Sikhwele anejubane,’ ngalokho abanixoshayo bayakuba nejubane.  Inkulungwane iyakubaleka ngokusongela koyedwa; ngokusongela kwaba yisihlanu niyakubaleka, nize nishiywe njengensika esiqongweni sentaba nanjengebhanela phezu kwegquma.” Send us a text2024-03-0703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIikhali SeNkosiAmahubo 34:17-19 Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo.  UJehova useduze nabo abanenhliziyo eyaphukileyo; uyabasindisa abanomoya odabukileyo.  Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke. Send us a text2024-03-0603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshYeka Umdlalo Wokuba Ngumduduli2 KuThimothewu  2:20,21 - Kepha endlini enkulu akukho izitsha zegolide nezesiliva kuphela kodwa nezemithi nezebumba, ezinye ezihloniphekayo, ezinye ezingahloniphekiyo; ngalokho uma umuntu ezihlanza kulezo zinto, uyakuba yisitsha esihloniphekayo, esingcwelisiwe, esinosizo kumninindlu, esilungiselwe umsebenzi wonke omuhle. Send us a text2024-03-0503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngamvuleli uSathane ImboboKwabaseFesu  4:26,27 - Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.  Ningamniki uSathane indawo. Send us a text2024-03-0403 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUthando Luya…1 KwabaseKhorinte  13:4,5 - Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu, uthando aluzigabisi, aluzikhukhumezi;  aluziphathi ngokungafanele, aluzifuneli okwalo, alucunuki, alunagqubu.Send us a text2024-03-0103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshShesha UhlakanipheIzaga  3:13-18 - Ubusisiwe umuntu othola ukuhlakanipha nomuntu ozuza ingqondo, ngokuba inzuzo yakho inhle kunenzuzo  yesiliva, nokutholakalayo kukho kunegolide. Kuyigugugu kunamarubi, nakho konke ongakufisa akunakulinganiswa nakho. Ubude bezinsuku busesandleni sakho sokunene, nakwesokhohlo kukhona ingcebo nodumo. Izindlela zakho ziyizindlela zokumnandi; yonke imikhondo yakho ingukuthula. Kungumuthi wokuphila wabakubambayo, nababambelela kukho babusisiwe. Send us a text2024-02-2903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkuphindisela Okwedlula KonkeKwabaseRoma  12:17-19  - Ningaphindiseli muntu okubi ngokubi; nakani okuhle phambi kwabantu bonke; uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke;  ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngoku ba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi. Send us a text2024-02-2803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshImisebenzi emikhulu kaNkuluNkuluJeremiya  32:17 - E Nkosi Jehova bheka wena wenzile izulu nomhlaba ngmandla akho amakhulu nangengalo yakho eyeluliweyo;akukho lutho olukwahlulayo. Send us a text2024-02-2703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshAwucabange Umhlaba Ongenalo Uthando1 KwabaseKhorinte  13:1-3 - Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusielikhencezayo nensimbi encencethayo. Noma nginokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke, noma nginokukholwa konke ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha ngingenalo uthando,angiyinto yalutho.  Noma ngabela abampofu konke enginakho, noma nginikela umzimba wami ukuba  ushiswe, kepha ngingenalo uthando, akungisizi ngalutho. Send us a text2024-02-2603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshYikuphi Okuhle ?Mika  6:8 - Ukutshelile, muntu, okuhle; uJehova ufunani kuwe, kungabi ngukwenza ukulunga kuphela nokuthanda umusa, uhambe noNkulunkulu wakho ngokuthobeka, na? Send us a text2024-02-2303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshHlukana Nobubi BakhoEkaJakobe  1:21 - Ngakho lahlani yonke insila nokubi okuvamileyo, namukele ngomoya omnene izwi elitshaliweyo elinamandla okusindisa imiphefumulo yenu. Send us a text2024-02-2203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUyokwazi Kanjani ?NgokukaJohane  14:22,23 - UJuda, ongesiye u-Iskariyothe, wathi kuye: “Nkosi, kwenziwa yini ukuba uyakuzibonakalisa kithina, ungazibonakalisi kulo izwe, na?” UJesu waphendula, wathi kuye: “Uma umuntu engithanda, uyakugcina izwi lami; uBaba uyakumthanda; siyakuza kuye, sihlale naye.Send us a text2024-02-2103 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshEzintweni EzinkuluAmahubo  71:20,21 - Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise, usikhuphule ezinzulwini zomhlaba. Yandisa udumo lwami, ubuye ungiduduze.Send us a text2024-02-2003 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshEsikhathini Lakhona WaziAmahubo  138:7,8 - Noma ngihamba phakathi kwenhlupheko, uyakungiphilisa; uyakwelulela isandla sakho olakeni lwezitha zami, esokunene sakho singisindise. UJehova uyakufeza okwami; Jehova, umusa wakho umi phakade; ungashiyi imisebenzi yezandla zakho. Send us a text2024-02-1903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUJehova UyakukuvikelaAmahubo  3:3-5 - Kepha wena Jehova uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami. Ngezwi lami ngiyakhala kuJehova; yena uyangiphendula esentabeni yakhe engcwele.  Ngalala phansi, ngazunywa ngubuthongo; ngavuka, ngokuba uJehova ungiphasile.Send us a text2024-02-1603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUbuhlungu Bakho Buyophenduka IntokozoNgokukaJohane  16:19,20 - UJesu wazi ukuthi bebethanda ukumbuza, wathi kubo: “Niyabuzana ngalokho engikushiloyo ukuthi: ‘Kusezakuba yisikhashana ningabe nisangibona kubuye kube yisikhashana ningibone,’ na?  Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Niyakukhala nilile nina, kepha izwe liyakujabula; niyakuba lusizi nina, kepha usizi lwenu luyakuphendulwa lube ngukuthokoza. Send us a text2024-02-1502 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshBakhethe Kahle Abangani BakhoIzaga  13:20 - Ohamba nabahlakaniphileyo uyakuhlakanipha, kepha umngane weziwula uyakushoshozelwa yizo. Send us a text2024-02-1403 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngazithokozisi WenaKwabaseRoma  15:1-3  - Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina. Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke, ngokuba noKristu akazithokozisanga yena, kepha kunjengokuba kulotshiwe ukuthi: “Ukuthuka kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.” Send us a text2024-02-1303 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIzethembiso Zakhe ZiliqinisoAmahubo  18:30 - Indlela kaNkulunkulu iphelele; izwi likaJehova lihlanzekile; yena uyisihlangu kubo bonke abaphephela kuye. Send us a text2024-02-1203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngakhathazeki2 Izikronike  7:13-14 - “Uma ngivala izulu ukuba kungabikho mvula, noma ngiyaleza isikhonyane ukuba sidle izwe, noma ngithuma isifo phakathi kwabantu bamibazithobe abantu bami ababizwa ngegama lami, bakhuleke, bafune ubuso bami, baphenduke ezindleleni zabo ezimbi, ngiyakuzwa ezulwini, ngithethelele isono sabo, ngiphilise izwe labo. Send us a text2024-02-0903 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshBekezela Ezikhathini ZenhluphekoJames 5:11 - Bhekani, babusisiwe abakhuthazelayo; nizwile ngokukhuthazela kukaJobe, nibonile impetho yeNkosi ukuthi iNkosi inesihe esikhulu nesihawu. Send us a text2024-02-0803 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUngowasiphi Isizwe ?Galatians 2:20 - Ngibethelwe kanye noKristu;  akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami. Send us a text2024-02-0703 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshInselelo Yokulawula1 EkaPhethru 4:7,8 - Kepha ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho zikhuzeni, nizithibe, ukuze nikhuleke; 8 kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono Send us a text2024-02-0603 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshIzigaba Ezintathu ZempiloMatthew 6:19-21 -  “Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho kona inundu nokugqwala, nalapho amasela efohla khona, ebe. Kepha zibekeleleni ingcebo ezulwini, lapho kungoni inundu nokugqwala, nalapho amasela engafohli khona, ebe. Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho. Send us a text2024-02-0503 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshHlela Kahle OkuseqhulwiniIzenzo  20:24 - Kepha ukuphila angikushayi into yalutho ukuba kube yigugu kimi, kuphela ukuba ngiphelelise ukuhamba kwami nenkonzo engayamukela eNkosini uJesu yokufakaza ngevangeli lomusa kaNkulunkulu. Send us a text2024-02-0203 minIzwi eliFreshIzwi eliFreshUkulinda Ukuqhuma Kulunge IzintoKwabaseGalathiya  6:9,10 - Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.Send us a text2024-02-0103 min